Durban – Izithandani zaseWestville zebelwe u-R120 000 ngemuva kokubanjwa inkunzi ngaphandle kwasebhange ngoLwesibili ekuseni. Ngokomthombo wamaphoyisa, babanjwe inkunzi ngaphandle kwaseFNB ...
Johannesburg – Kulimale abantu abathathu abasolwa ngokweba imoto ngesikhathi bedubulana namaphoyisa ku-N14 ngaseLanseria ekuseni ngoLwesine, kusho amaphoyisa aseGauteng. UCaptain Kay Makhubela uthi ...
UNCAMELE ukuthi aze agwetshwe owesilisa waseShowe, engazange ayingene eyokuwavuma amacala okubulala abathathu bomndeni owodwa abebekwe wona. USicelo Dambayi Sikhakhane (31) waseMtilombo, eShowe, ...
UHLALELE ovalweni umphakathi wase-Area 2, eMhlasini, eVerulam, kulandela ukwanda kwezigameko zokudutshulwa kubulawe abantu ngesihluku kule ndawo. Lokhu kuza emva kwesigameko sangoLwesibili, ...
UKUQALA izingxoxo neFederation of International Football Association (Fifa) – elawula unobhutshuzwayo emhlabeni jikelele – kukasoseshini wase-Iran, zokuba kususwe e-United States of America (USA) ...